Usaziwayo uthi akuqali ngaye ukuthola isoka elincane kunaye - Umbiko

2016-04-28 11:30

Johannesburg – Umlingisi oyintandokazi uTina Jaxa kuthiwa uthandana nowesilisa amshiya ngeminyaka engu-10 ubudala, kubika iSundayWorld.

UJaxa ukuqinekisile ukuthi abalingani ngeminyaka nesoka lakhe kodwa akafunanga ukuveza eminye imininingwane yothando lwabo.

“Ziyenzeka izinto ezinjena, angiyena owokuqala ukuthandana nomuntu osemncane futhi angiyena owokugcina,” kusho yena.

OLUNYE UDABA:Kuhlelwe inkonzo yesikhumbuzo kaProsper

Umngani walo mlingisi uthi waqala ukubona isithombe salo mlisa ngesikhathi lo mlingisi efake isithombe sabo bobabili enkundleni u-Whatsapp. Kuthiwa banezinyanga eziyisishiyagalolunye bethandana futhi bobabili bajabulile.

Bahlangana ngo-Disemba 2014 bathandana, kodwa bahlukana ngemuva kokuthola ukuthi lo mlisa mncane kunaye. Babuyelana phakathi konyaka odlule nokuyilapho banquma khona ukungaphumeli obala ngothando lwabo.

Ekuqaleni lo mlingisi ubesaba ukuphumela obala ukuthi uthandana nalo mlisa ngenxa yeminyaka yakhe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.