Usaziwayo wakuleli angeke esabonakala kumdlalo waphesheya

2017-06-19 12:31

Cape Town – Sekuqinisekisiwe ukuthi usaziwayo wakuleli ongumlingisi kanye  nomethuli wezinhlelo, uPearl Thusi, uyavalelisa kumdlalo kamabonakude owuchungechunge waphesheya, i-Quantico.

Ithimba elikhulumela lo mlingisi  litshele iThe Juice ukuthi angeke esabuyela kwenye isizini yeQuantico.

OLUNYE UDABA:Basola isandla semfene ababukeli ngabawine ohlelweni lukamabonakude

UPearl ubedlala indawo kaDayana Maphasi nobehlala ebonakala njalo kulo mdlalo kamabonakude waseMelika. Wajoyina lo mdlalo ngonyaka ka-2016.

USarit Tomlinson utshele iThe Juice wathi: “Sekube noguquko ngababhali bomdlalo kanye nendlela ezothathwa umdlalo usuwonke. UPearl ukujabulele ukusebenza nawo wonke umuntu emdlalweni, kanti indawo kaDayana kube ngenye yezibaluleke kakhulu kuze kube manje.

“UPearl ulokhu ethobekile futhi ebonga kakhulu ngawo wonke umzuzu awutholile ukuwuchitha nabalingisi kanye nabaqondisi bomdlalo.

"Simatasa ngokusebenza kweminye imisebenzi ejabulisayo emisha futhi sithemba ukuthi sizokwabelana ngayo maduze,” kwengeza uTomlinson.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.