Usazodlala kwiCeltic owePirates

2016-07-29 12:11

Johannesburg - Umqondisi weBloemfontein Celtic uRali Ramabodu uthi uMthokozisi Dube usazohlala kuleli qembu enye isizini njengoba bephinde bamboleka ku-Orlando Pirates.

UDube uthole ukutuswa kwiPhunya Sele Sele ngesizini edlule kanti angase asayine ngokugcwele kuleli qembu laseBloemfontein uma eqhubeka nokwenza kahle nangesizini ezoqala.

Funda nalolu daba: Ingamanga eyokuthi sifuna uPiennar - Bobby

"Simbolekile futhi, ufike lapha izolo,” kusho uRamabodu kwiKickOff.com.

"Sivumelene nePirates ngokumboleka enye isizini kanti uzoqala ukuzilolonga namhlanje…sinethemba lokuthi singakwazi ukumthenga ngesizini ezayo.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.