Usebuyiselwe emsebenzini owathi akubulawe abelungu - Umbiko

2016-07-14 11:31

Johannesburg - Kubikwa ukuthi usebuyele emsebenzini uVelaphi Khumalo nakuba lungakaphuthulwa icala athweswa lona lenkulumo enenzondo.

Lo mlisa osebenza emnyangweni kahulumeni, owabhala ku-Facebook ukuthi kumele kuqedwe ngabelungu eNingizimu Afrika, usebuyiselwe emsebenzini wakhe ngemuva kokumiswa ngaphandle kokuholelwa, ngokusho kombiko.

Funda nalolu daba: UDidiza uthembisa ngokukhuculula imijondolo eTshwane

UKhumalo wakusho lokhu ngemuva kombhalo kaPenny Sparrow lapho afanisa khona abantu abamnyama nezinkawu.

Umnyango wezobuciko namasiko kanye nezemidlalo awusebenzelayo waziqhelelanisa nesenzo sikaKhumalo ngaleso sikhathi.

NgoLwesithathu kodwa iMaroela Media ibike ukuthi usebuyelile emsebenzini ngemuva kokuxwayiswa kulandela uhlelo lokuqondiswa kwezigwegwe.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.