Usedayisa ngezikhwama owaduma kuZalo

2016-07-21 20:30

Durban – Umdlali owazakhela udumo ngendawo kaMkhonto ayeyidlala emdlalweni oyintandokazi uZalo, uBonga Dlamini, kuthiwa usedayisa izikhwama.

UDlamini, ongavuselelwanga inkontileka yakhe kulo mdlalo, useqale ilebuli yezikhwama ezingobhakha nezokuphatha izingubo, iGoodiebagSA.

“Umqondo okuqala leli bhizinisi ngawuthola ngesikhathi ngiseholidini e-Ethiopia eminyakeni emibili eyedlule ngemuva kokubona ukuthi izikhumba zigcwele khona.

OLUNYE UDABA: OwoZalo uyalele intombi ukuba ikhiphe isisu - Umbiko

“Ngenxa yokuthi angisebenzi okwamanje, ngibone kukuhle ukuthi ngingabe ngisapholisa maseko ngiliqale leli bhizinisi,” kusho uDlamini.

Uthe kuhle ukuthi uthi noma ungumlingisi, kodwa kube khona enye into oyenzayo eceleni.

Uphethe ngokuthi uzobuyela ekulingiseni uma ethola inkontileka ende, exoxa neSolezwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.