USededeliwe owakuleli obethunjwe eMali

2017-08-03 14:01

Johannesburg - UStephen McGown, okungowaseNingizimu Afrika obethunjwe eMali iminyaka engaphezu kwemihlanu, usededeliwe.

Lezi zindaba zimenyezelwe uNgqongqoshe wezobudlenwane namazwe omhlaba uMaite Nkoana-Mashabane esithangamini sabezindaba ngoLwesine ngemuva komhlangano weKhabhinethi.

UNkoana-Mashabane uthe uMcGown usesimweni esihle sempilo, kodwa usahlolisiswa.

OLUNYE UDABA: 'Liqale kwinjini ilangabi ebhasini'

Uthe kuvamile ukuba ahlolwe umuntu odlule esimweni esifana nalesi.

UMcGown wathunjwa ngoNovemba 2011 eTimbuktu kanye nomunye umuntu waseSweden uJohan Gustaffsson, osanda kudedelwa.

Ubegcinwe yi-AQIM (al-Qaeda in the Islamic Maghreb), okuyinhlangano yamaphekula.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.