Usefihliwe owadutshulwa esebhasini eMlazi

2016-07-15 20:31

UMlazi - Usengcwatshiwe uFundani Mthembu, 28, owadutshulwa ebhasini kwa-R eMlazi, kubika i-Eyethu News.

Lokhu kwenzeka ngesikhathi ibhasi lihlaselwa abantu abangaziwa ngesikhathi lingenelela kule ndawo.

OLUNYE UDABA:Kushone abafundi nabazali kuginqika ibhasi

Ngemuva kwesehlakalo sokudubula, omunye wabagibeli obekusolakala ukuthi bekuhlaselwa yena wasukuma wadubula uMthembu emsola ngokuthi uyena owamdayisa.

Okhulumela amaphoyisa aseMlazi uWarrant Officer Bhekithemba Ngcobo uthi kwadutshulwa kwashona owesilisa kwalimala kabi nomunye wesimame.

Amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko kanti kuze kube yimanje abakatholakali labo abahlasela leli bhasi


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.