Usehambe kakhulu owakhonjwa indlela kuZalo

2016-03-03 11:29

Johannesburg - Isiphalaphala somlingisi esakhonjwa indlela emdlalweni oyintandokazi kumabonakude uZalo otshengisa ku-SABC 1 uThandeka Zulu owayedlala indawo kNombuso kuwo, asihambi siyashosholoza.

Ngokombiko weDaily Sun leli lungu leqembu lomculo i-Afro Soul simatasa nomsebenzi waso wokulingisa njengoba besidlala kwifilimu ebizwa ngokuthi Emthonjeni Wothando edlale ngeSonto kuMzansi Magic kanti futhi sisanda kuqeda ukushuthela omunye umdlalo ozotshengisa ku-SABC 1 obizwa ngeNgempela.

OLUNYE UDABA:Usolwa ngokuzikhukhumeza umculi oxoshiwe kuZalo

Kulo mdlalo uThandeka udlala indawo kaNomvula, ongumuntu wesimame oshadile ozitika ngocansi nomngani womyeni wakhe.

Lesi sihlabani sithe umdlalo woZalo umfundise lukhulu.

"Ngwemuva kokuphuma kuZalo angizange ngihlale ngigoqe izandla ngizidabukele kodwa ngasukuma ngenza imizamo yokuzifukula.

"Ngempela uzoyithola kanjani uhlezi ekhoneni?" kubuza uThandeka.

UThandeka uphinde wathi wayazi ukuthi unekusasa elihle kwezokulingisa ngemuva kokulingisa kwifilimu yamahlaya kaPastor Mjosty iKwaito Church Service 2 kodwa uZalo lumvulele amasango.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.