Usehlala nabaqwayizi obegane indoda eshumayela emgwaqeni

2016-05-20 18:32

Zimbabwe - Owesimame osola umyeni wakhe ngokunyukubeza ingane yakhe yentombazane ukhethe ukuyoqasha emzini ohlala abaqwayizi, kubika iMyZimbabwe.

USandra Deshe ukhumule indandatho yakhe wayinikeza umyeni wakhe kanye sitifiketi sabo somshado wahamba nezingane zakhe eyoqasha.

Lo wesimame usola umyeni wakhe ngokuhlukumeza ingane yakhe afika nayo emendweni.

OLUNYE UDABA:'Umfundisi uthi ubengaqondile ukudlwegula, ubefuna ukuthinta nje'

Umnikazi womuzi oqashisayo uthi kulendlu aqashe kuyo uSandra kuhlala abanye abantu besimame ababili abavame ukuvakashelwa amadoda ahlukahlukene.

“Abaholi basesontweni bahlulekile ukuyixazulula le nkinga yami, futhi ibingasekho enye into engingayenza ngaphandle kokuthi ngithathe izingane zami ngibone ukuthi ngenzenjani nazo,”kusho yena.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.