Usejele owagwaza isoka ethola ukuthi lishadelwe sebejole unyaka

2018-03-08 12:33

Phoenix - Owesifazane owayezifela ngesoka lakhe wathuka isimanga ngesikhathi ethola ukuthi lishadelwe.

UMelissa Preciado wase-Arizona walandela isoka lakhe ngesikhathi liyakubo eduzane naku-67th Avenue noMcDowell Road, ePhoenix.

Kuthe uPreciado esesondele emotweni yesoka, isoka lehlisa iwindi lemoto, waligwaza engalweni ngommese, kusho amaphoyisa.

Le ndoda, engaziwa, yazama ukuzivikela ngokuphakamisa isandla kodwa yagwazeka, yathola amanxeba okugwazwa esandleni.

OLUNYE UDABA:Owesifazane ugajwe yisikhwele wagwaza isoka ngenkemba

Isibambo sommese sagcina siphukile kanti uPrecaido wabaleka ngemuva kwesigameko.

Amaphoyisa athungatha uPreciado aphetha ngokumthola endlini yakhe. Aphinde athola ummese okwahlaselwa ngawo isisulu.

Abaseshi bathi uPreciado wayegcwele igazi futhi wavuma ukuthi uligwazile isoka lakhe ngoba esethole ukuthi lishadelwe nakuba sebethandane isikhathi esingangonyaka limfihlele lezi zindaba.

UPreciado uthweswe icala lokushaya.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.