Usekhathele ukuba yisigqila socansi odayisa ngomzimba

2016-05-12 13:30

Durban - Ukhala ezimathonsi owesifazane oneminyaka engu-32 ubudala waseMpangeni othi usekhathele wukuba yisigqila socansi njengoba edayisa ngomzimba.

Lona wesifazane, eligodliwe igama lakhe,  kuthiwa uzifikele maphathupha emahhovisi eLANGA esuka eCarolina, eMpangeni, ezobeka udaba lwakhe.

Utshele iphephandaba ukuthi uqale ukudayisa ngomzimba eneminyaka engu-16 ubudala, efakwa abangani bakhe, abanye abangasekho emhlabeni.

Lona wesifazane uthi kumanje ukupikile nesoka lakhe laKwaNongoma, elineminyaka engu-59 ubudala.

Isoka lakhe uthi alazi ukuthi udayisa ngomzimba.

Lo sisi uthi usefisa ushintsho empilweni yakhe, akasayifuni impilo ayiphilayo.

Funda nalolu daba: Kuxoshwe umamezala nomakoti ngawokukhwabanisa

Uthi unina akaze nangelilodwa ilanga abenendaba naye, uyamphika uthi uzalwa ngudadewabo osewashona, nokuyinto eyamenza ukuthi aqwayize eneminyaka engu-16 ubudala.

Le ntokazi ithi kwakufunda izifundise ngemali yokuqwayiza yazeyathola isitifiketi se-N4 kwi-Office Administration and Management ngo-2012. Kulo nyaka iphinde yenza nezincwadi zokushayela kanti isinethemba lokuthola umsebenzi ongcono.

Uthi uyazama ukuthola umsebenzi kodwa imizamo yakhe ayiphumeleli.

Abe-Embrace Dignity, okuyinhlangano elwa nokuhlukunyezwa kwabesifazane nokudayiswa komzimba, bacele ukuzama ukusiza lona wesifazane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.