Usemisiwe emsebenzini uthisha ovele kwi-video eshaya abafundi

2016-06-28 13:30

Durban – Usemisiwe emsebenzini uthisha ovela kwi-video ezungezayo ezinkundleni zokuxhumana eshaya abafundi abafeyile izivivinyo esikoleni esiKwaNongoma.

Lo thisha waseThokothoko High School umiswe ngemuva kokuthi uNgqongqoshe wezeMfundo esifundazweni ehambele lesiya sikole ngoLwesibili, kusho uMnyango.

Le video itshengisa uthisha ebhaxabula ngenduku abafundi abahlanu.

Kuthiwa la bafundi benza umatikuletsheni kulesi sikole, kubika iTimesLive.

Kule video eyaqala ukuzungeza kuFcaebook, itshengisa abafundi bebambe isihlahla beshaywa ezinqeni ngenduku.

Kule video kubonakala uthisha eshaya la bafundi abangamantombazane, kuthi omunye uma engasakwazi ukubekezelela ukubhaxwa ezinqeni, aqedele imivimbo ezandleni.

Lo thisha ubonakala edonsa enye intombazane eyivuthuza ezinqeni amahlandla ayisithupha.

Le video yaqala ukubonakala ngemuva kokuthi ifakwe kuFacebook nguMakhi Zihlangu ngesonto eledlule.

Nansi i-video ngezansi:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.