UsenguMengameli usomabhizinisi waseMelika, uTrump

2017-01-21 08:45

Washington-  Usomabhizinisi onguDonald Trump uqophe umlando ngesikhathi efungiswa emcimbini wokugcotshwa kwakhe eWashington.

UTrump ungumengameli wama-45 waseMelika.

Lo mcimbi wokugcotshwa kukaTrunp ubuhanjelwe yilabo abake babangoMengameli ezweni laseMelika, izikhulu zepolitiki kanye nomndeni kaTrump.

OLUNYE UDABA: IZITHOMBE: Kuqubuke imibhikisho ngaphambi kokugcotshwa kukaTrump

UTrump ethula inkulumo yakhe ebilindwe ngabomvu, uthembise ukuvikela iMelika emazweni athi ebe imisebenzi eMelika, wathi sesiphelile isikhathi sezethembiso ezingagcinwa.

Ezokuphepha beziqinile, ababhikishi bephethe amabhodi aphikisana nokugcotshwa kukaDonald Trump njengoMengameli omusha waseMelika.

La babhikishi bebephihliza namawindi ezitolo namanye amabhilidi asedolobheni kanti kulindeleke ukuba baqhubeke nokubhikisha namuhla emashini yabesifazane.

 - Mirror.UK

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.