Usenkantolo osolwa ngokubulalela umuthi

2018-01-24 12:31

Johannesburg - Ukufakwa kwesicelo sebheyili sendoda eneminyaka engu-30 ubudala esolwa ngokubulalela umuthi, kuyaqhubeka eNkantolo yeMantshi yaseBizana e-Eastern Cape.

Kusolakala ukuthi umsolwa wabulala wabe eseshumpula ikhanda likaSinoyolo Mgaga, 17, endaweni yaseNikhwe, eBizana.

Umsolwa uqale ukuvela enkantolo ngo-Okthobna wonyaka owedlule lapho alaxaza khona ibheyili njengoba ayesaba ukuhlaselwa izakhamuzi.

OLUNYE UDABA:Usebenzisa umuthi ukulala nabo bonke abesifazane esigodini sangakubo

Kukholakala ukuthi umsolwa waya lapho okuhlala khona isisulu, wasibulala, wasishumpula ikhanda nesitho saso sangasese.

Ezinye izicubu zomzimba zatholakala emfuleni wakhona eNikhwe. Ngemuva kophenyo lophiko lwamaphoyisa oKlebe, umsolwa zabe seziyamkhalela ngo-Okthoba wonyaka ofile.

Umsolwa ungowakhona endaweni okuhlala kuyo isisulu, kusho umbiko.

Amaphoyisa athi asola ukuthi izicubu zomzimba kwakuhloswe ngazo ukuba zisetshenziselwe ukwenza umuthi.

 - SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.