Usenkantolo osolwa ngokudlwengula abafana

2017-06-02 07:15

Johannesburg – Owesilisa wase-Eldorado Park osolwa ngokuluthela inqwaba yabafana emzini wakhe ebathembisa amabhayisikili, ngaphambi kokuba abadlwengule, uvele eNkantolo eNkulu yaseGoli ngoLwesine.

UKelvin Thompson,23, ubhekene namacala okudlwengula, ukuhlukumeza ngokocansi nokufundisa ngemikhuba yocansi.

Amacala athweswe wona uwaphikile.

Waboshwa ngo-Agasti 2015 ngemuva kwezinsolo zokudlwengula abafana abangu-8 nangelokufundisa omunye imikhuba yocansi.

OLUNYE UDABA: Uboshiwe unesi 'obeqola' odokotela

Abafana babeneminyaka ephakathi kwengu-8 kuya kwengu-13 ubudala.

Ngokwezinsolo, uThompson amacala wawenza phakathi kuka-2014 no-2015.

Ezinye zezisulu zakhe wahlangana nazo ngaseNew Canada Road, nokuyilapho ayezikhomba khona ngezibhamu, aziphoqe ukuba ziye naye esigangeni esiseduzane, azidlwengulele khona, kusho uMbuso.

Icala liyaqhubeka ngoLwesihlanu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.