Usenkantolo 'owashaya wabulala' umshana ngentambo kagesi

2017-10-05 14:00

Cape Town – Owesilisa uvele eNkantolo kaMantshi eGiyani ngoLwesine ngezinsolo zokushaya abulale umshana wakhe ngentambo kagesi, kusho amaphoyisa aseLimpopo.

Umfana oneminyaka engu-14 ubudala, waseMphagani Village, wayevakashele umalume wakhe ngesikhathi sesigameko, kusho uLieutenant Colonel Moatshe Ngoepe.

Umfana watholakala eshonile embhedeni.

OLUNYE UDABA: Ukhonjwa eGoli 'ontshontshe' ingane

Umalume wesisulu, 35, uboshwe ngoLwesithathu ebusuku.

Ukhomishana wamaphoyisa esifundazweni uLieutenant General Nneke Ledwaba usigxekile lesi sigameko sokubulawa kwebhungu.

"Ukuqondisa ingane izigwegwe akumele kwenziwe ngendlela enesihluku. Lento ayilungile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.