Usenkantolo owesifazane 'owabulala' isoka

2017-10-16 14:05

Johannesburg - Kulindeleke ukuba avele eNkantolo yeMantshi yaseGoli owesifazane, 26, namuhla ngezinsolo zokugwaza abulale isoka lakhe, kusho isitatimende samaphoyisa.

"Umsolwa waba nengxabano nesoka lakhe," kusho uCaptain Xoli Mbele.

Kusolwa ukuthi isoka lashaya intombi ngaphambi kokuba ibalekele komunye umuzi.

OLUNYE UDABA:'Ubulale' isoka ngoshevu owaliwe

"Isoka layilandela. Intombi yathola ummese endlini yabe isibhozomela isoka yaligwaz."

UMbele uthe le ndoda, 43, igwazwe e-Imperia Flats, eRidges Park, ngoLwesihlanu. Kwayenela ingena emagcekeni esibhedlela.

Amaphoyisa ayaphenya kulandela lesi sigameko.

 - ANA

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.