Usenkingeni umculi owathi abesimame be-IFP nabe-NFP babi

2016-07-29 14:31

Durban - I-ANCWL ithi izolusukumela udaba oluthinta izinsolo ezibhekiswe kumculi weKwaito uTzozo.

Lolu phiko lukaKhongolose lwabesimame luthi uma kuyiqiniso ukuthi uTzozo ulala namantombazane amancane emicimbini we-ANC kumele leyondaba isheshe ilungiswe.

Bakusho lokhu kulandela imibiko yangesonto eledlule lapho kuthiwa uTzozo washiya elikhohliwe kubalandeli be-IFP nabe -NFP besimame ethi babi badlulwa abe-ANC.

Uphiko lwabesimame lwe-IFP luthi lomculi ububona kanjani ubuhle bamantombazane uma ehambele imicimbi kaKhongolose ngaphandle uma elala namantombazane amancane.

Ilezi zinsolo ezenze abe-ANCWL baluthathela phezulu lolu daba ngokuthi uma lezi zinsolo ziyiqiniso kumele bavele abesimame alala nabo emicimbini ukuqe sixazululwe lesi simo, kubika iSOLEZWE.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.