Usenomazisi wakuleli umdlali weChiefs – Umbiko

2016-08-12 10:01

Johannesburg – Sekuvele imibiko ethi iKaizer Chiefs isibhalise uWillard Katsande njengomdlali ongayena owokufika kulandela ukuthola umazisi wakuleli.

Abanye abadlali beChiefs oLewis Macha, Edmore Chirambadare, Mitchell Katsvairo noCamaldine Abraw bazobhaliswe njengabadlali abangabokufika kule sizini ezoqala.

OLUNYE UDABA: UKatsande ubuye esindwa emcimbini weCheifs

UKatsande ukwazile ukuhlangabezana nemibandela yokuthi athole ubuzwe bakuleli wase eshaya nomazisi, kubika iKickiOff.com.

Lokhu kusho ukuthi lo mdlali usevumelekile ukudlala njengomdlali wakuleli.

Lo mdlali, 30, wafika kuleli ngesizini ka-2010/11 edlala ku-Ajax Cape Town ngaphambi kokuthathwa yiChiefs ngesizini elandelayo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.