Usephinde wagadla futhi u-Euphonik

2017-08-02 19:29

Durban - UThemba Nkosi odume ngelikaDJ Euphonik ubhale enkundleni yezokuxhumana uTwitter eziphendulela mayelana nezinsolo zokuthi wayehlukumeza lowo owayeyintombi yakhe.

Lokhu kulandela ukuphuma kwencwadi kaBonang Matheba enesigatshana esikhuluma ngesehlakalo sokuhlukunyezwa yilo DJ ngesikhathi besathandana.

Ukudinwa kwalo DJ obuye abe ngusumabhizinisi kulandela ukuphuma kombiko we-Drum lapho becaphune encwadini yale ntokazi izizathu ezenza ukuthi angasahoshelani nomngani wakhe omkhulu uSomizi.

OLUNYE UDABA:Somizi: UBonang kumele axolise kumina

Kule ncwadi uBonang ubalula ukuthi wabona kungcono aqhelelane noSomizi ngemuva kokuthola ukuthi usewumngani nalo DJ.

UBonang uthi akaqondisisi ukuthi kungani umngani wakhe omkhulu namthandayo angasondelana nomuntu owamhlukumeza izikhathi eziningi futhi naye wayekubona lokho.

Ebhala ezinkundleni zokuxhumana, u-Euphonik uthi "ske ngidle izidakamizwa bese ngiyakhala ngiqambe amanga ngabanye abantu bese ngikhiphe nencwadi, kepha akazange asho gama lamuntu.

Let me take drugs. Cry wolf. Accuse and lie about some people. Believe my own lies. Wreck some homes, take more drugs then write a book. ??

— Euphonik™? (@euphonik) August 2, 2017 >
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.