Usesaba nokuyonandisa ngaphandle umculi woKholo

2016-07-17 13:01

Durban - Umculo woKholo ophila nebala elimhlophe uSgwili Zuma uthi usesaba nokuyonandisa kwamanye amazwe njengoba belokhu behlaselwa.

USgqili ekhuluma babephephandaba iLanga Langesonto  uthe akasathembi muntu ngenxa yokwanda kwezigameko zokubulawa kwabanebala elimhlphe, ama-albino.

OLUNYE UDABA: Sezisaba ngisho ukuya esikoleni izingane ezingama-albino

"Senginovalo ngempilo yami, ngibona sengathi umuntu angangiqhamukela nokuhle kanti ungilalele unyendle," kusho uSgwili.

USgwili uphinde wathi siyadabukisa isimo esibhekene nnabanebala elimhlophe ngoba kusobala ukuthi labo ababbacabangela okubi baphila phakathi kwabo.

"Inzima lento ngoba umuntu ozokwenzakalisa akabhaliwe ebusweni ngoba nalabo asebehlewle yilo mshophi wokubulawa basuke bebathemba labo abababulalayo,"kusho uSgwili.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.