Usesayine kwelinye iqembu owase-Argentina obezama inhlanhla kwiChiefs

2017-08-30 12:32

Johannesburg - Umgadli wase-Argentina uJonathan Javier Philippe usebuyele eqejini laseGreece i-Agrotikos Asteros kulandela ukungasayiniswa yiKaizer Chiefs kade ezozama inhlanhla kuyona.

Imininingwane yeKickOff.com ithi uPhilippe usesayine isivumelwano seminyaka emibili neqembu laseGreece.

Umthombo weKickOff.com uthe uPhilippe ubuyele eqenjini ebedlala kulona ngesizini edlule.

OLUNYE UDABA: Amazwi enduduzo ngokudlula emhlabeni kobehlaziwa ibhola kwa-SABC

Kuvela ukuthi sonke lesi sikhathi lo mdlali eseNingizimu Afrika, iqembu laseGreece belisamdinga kodwa yena ubefuna enye inselelo, ngeshwa izinto zangamhambela kahle.

Lo mdlali oneminyaka engu-29 ubudala besebevumelene ngezinye zezinto neChiefs ngomlomo kodwa kungakasayinwa lutho phansi.

IChiefs isikuqinisekisile ukuthi isathungatha umgadli.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.