Usesayiniswe yi-Arrows obegaqelwe yiChiefs

2016-08-04 14:34

Johannesburg - IGolden Arrows isisayinise umdlali weMamelodi Sundowns, uKudakwashe Mahachi.

UMahachi ngesizini edlule ubebolekiswe kwi-Arrows.

Lo mdlali waseZimbabwe ngesizini edlule ugculise umqeqeshi uClinton Larsen nethimba lonke labaqeqeshi ngendlela adlale ngayo.

Funda nalolu daba: Kuthiwa usindiswe ukwehlisa isisindo obechithwa yiChiefs

Lo mdlalo ubemataniswa neKaizer Chiefs kodwa ugcine ethathwe yi-Arrows.

“UMahachi usekwi-Arrows. Usejoyine leli qembu. Useseqenjini njengoba ngikhuluma nje. Angifuni ukwanda kakhulu ngenkontileka yakhe,” kusho umthombo kwiSoccerLaduma

ULarsen phambilini uthe uzimisele ngokuthola lo mdlali ngokushesha njengoba ebesezilolonga naleli qembu kusukela kuqale isonto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.