Usesibhedlela olunywe yizinja evakashele abazali

2016-08-16 20:29

Durban – Uyelulama esibhedlela owesifazane waseMalvern ngemuva kokulunywa yizinja ezine.

USumenthra Moodley, 33, ohlala eMalvern aphinde asebenzele khona kule ndawo, ubevakashela abazali bakhe abahlala kuDawson Road ngesikhathi ehlaselwa yizinja zakulomuzo abahlala kuwona abazali bakhe ngoLwesihlanu.

Omunye umuntu osondelene kakhulu nomndeni, ongafunanga kudalulwe igama lakhe, uthe uMoodley ubezisaba izinja.

Funda nalolu daba: Indoda ibhaxabule unina ngoba engaphekanga

Kuthiwa umnikazi wazo ubemile phambi kwesango ngesikhathi uMoodley efika ngezithuba zabo-10.30 ekuseni.

UKuthiwa ubengaphandle kwesango uMoodley ngesikhathi umnikazi womuzi emtshela ukuthi akangene ngeke zimenze lutho izinja.

Kuthiwa uthe engena nje ngaphakathi, izinja zambamba, enye yazo yamgxavuna emqaleni, nokuthe uma ezama ukuzibamba umnikazi wazo zamluma  iminwe, kubika iDaily News.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.