Usesibhedlela owesilisa odutshulwe ngamadoda amabili awanikeze u-lift

2018-01-08 19:30

Johannesburg – Owesilisa onike amadoda amabili u-lift usesibhedlela ngenxa yokuhlaselwa yiwo la madoda abezama ukuwasiza, kusho umbiko..

Kuthiwa la madoda ajikele lo mlisa azama ukumphuca imoto ngaseFountain, ePitoli.

Ngokusho kukaCaptain Dave Miller okhulumela amaphoyisa aseGarsfontein, lo mlisa udutshulwe esiswini ngesikhathi sesigameko.

OLUNYE UDABA:Kushone isiguli kuqubuka umlilo esibhedlela

UMiller uthi kuqubuke ingxabano phakathi kwalo mlisa nomsolwa oyedwa, kuthe kusenjalo kwaqhamuka imoto yashayisa lo msolwa.

"Besingayazi imbangela yale ngxabano, kodwa umuntu obone lesi sehlakalo uyena ofonele amaphoyisa ewabikela ngalesi sigameko.

"Iminingwane yalowo oshayele amaphoyisa ayizange ithathwe ngakho-ke asazi noma ubengasekho na endaweni yesigameko ngesikhathi ebikela amaphoyisa," kusho yena.

Uthi umsolwa oyedwa usesibhedlela lapho egadwe khona ngamaphoyisa, kanti omunye ubaleke ngezinyawo.

Lo msolwa kulindeleke ukuba avele enkantolo uma eseluleme.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.