Usesibhedlela owesilisa okhombe amaphoyisa ngesibhamu eNanda

2017-09-15 16:01

Durban - NgoLwesine ebusuku, amaphoyisa aseNanda ebambisene nezinye izinhlaka zezomthetho, balandele umkhondo wemibiko yokudunwa kweMicro bus.

Amaphoyisa alandele umkhondo wale moto aze afika endaweni yaseSikebheni, eNanda, nokuyilapho afike ayithola khona.

Ngesikhathi efika kule ndawo athole abasolwa abayalela ukuba balale phansi. Umsolwa oyedwa ukhiphe isibhamu wakhomba amaphoyisa.

Ngesikhathi enza lokhu amaphoyisa avulele ngenhlamvu amdubula walimala.

OLUNYE UDABA:Lizothethwa ngonyaka ozayo elosolwa ngokubulala intombi

Lo mlisa uphuthunyiswe esibhedlela, kwaboshwa abathathu abebehamba naye ngale moto.

Abasolwa abathathu ababoshiwe baseminyakeni ephakathi kuka-29 no-32 ubudala kanti batholakale nezibhamu ezintathu ezingekho emthethweni, izinhlamvu, imali, omakhalekhukhwini kanye nezinye izimpahla.

Uphenyo lokuqala ngalaba basolwa lutshengisa ukuthi baphange ibhizinisi elisoThongathi ngoLwesine emini, kanti kuthiwa kudala benza ubugebengu kule ndawo.

La basolwa bazovela eNkantolo yeMantshi yaseNtuzuma ngoMsombuluko ngamacala okutholakala nezibhamu ezingekho emthethweni kanye nempahla eyebiwe.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.