Usesimeni esibucayi esibhedlela owayengukapteni weqembu lesizwe

2017-02-04 17:03

Johannesburg - Inkakha yamaSpringbok, uJoost van der Westhuizen, ingeniswe esibhedlela isesimeni esibucayi.

I-J9 Foundation, enakekela abantu abaphila nesifo se-motor neuron, ithi lona oweyengukapteni wamaBhokobhoko ungeniswe esibhedlela ekuseni ngoMgqibelo.

Le nhlangano icele umphakathi ukuba unike umndeni isikhathi sangasese uphinde usihloniphe.

OLUNYE UDABA: Usesimeni esibucayi oshumpuke ingalo efemini

“Sicela ukuba nonke nihloniphe imindeni ngalesi sikhathi. Uma sekukhona okusha ngesimo sakhe sizonazisa, okwamanje sicela ukuba sonke sikhuleke.”

Le nhlangano yethembise ngokushicilela konke okwenzekalayo ngoVan der Westhuizen kuFacebook.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.