Usesimeni esibucayi odutshulwe emgwaqeni

2017-10-01 17:47

Johannesburg – Owesilisa, okukholakala ukuthi uneminyaka eko-30 ubudala, usesimeni esibucayi ngemuva kokudutshulwa ePineslopes, eFourways, enyakatho yeGoli ngoMgqibelo.

Okhulumela i-ER24, u-Annine Siddall, uthe abosizo lokuqala bafike kweyesigameko kuStraight Road ngezithuba zabo-10:50 ekuseni bathola owesilisa edindilize phansi enamanxeba okududutshula esiswini.

OLUNYE UDABA: Kubulawe owesifazane nendodakazi endlini

“Abosizo lokuqala be-ER24 nabakwezinye izinkampani belaphe owesilisa endaweni yesigameko, base bemphuthumisa esibhedlela esiseduzane ukuze ezothola ukwelashwa okunzulu.”

USiddall uthe imininingwane ngesigameko ayikaziwa okwamanje, kodwa iziphathimandla ziyaphenya.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.