Usesimeni esibucayi oshayiswe yisitimela washumpuka izingalo nemilenze

2016-07-07 12:32

Cape Town – Usesimeni esibucayi owesifazane ngemuva kokushumpuka kwezingalo nemilenze ngesikhathi eshayiswa yisitimela e-Athlone, eKapa, kusho abosizo lokuqala ngoLwesine.

Lo wesifazane kukholakala ukuthi uneminyaka ebalelwa kwengu-70 ubudala ubewela ujantshi ngesikhathi eshayiswa yisitimela ekuseni ngoLwesine, kusho uChitra Bodasing we-ER24.

OLUNYE UDABA: Basinde ngokulambisa imoto iwela ujantshi kuqhakuma isitimela

Lo wesifazane utholwe elele kujantshi eqeulekile kodwa esesimeni esibucayi.

"Ushumpuleke izingalo zombili ngezandi kwendololwane nemilenze yomibili ngezansi kwamadolo," usho njalo.

Ulashwe endaweni yesigameko wase ephuthunyiswa esibhedlela.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.