Usesimeni esigculisayo owosizo lokuqala ogwazwe ngebhodlela

2016-07-19 16:02

Cape Town – Usesimeni esigculisayo umsebenzi wezimo eziphuthumayo kulandela ukuhlaselwa ngaseBlackheath, eKapa, eWestern Cape.

Lesi sisebenzi sesifazane nozakwabo bebesiza isiguli ngesikhathi behlaselwa emijondolo yaseHappy Valley ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA: Kudunwe kwashiswa ama-ambulensi e-KZN

Lesi sisebenzi sosizo lokuqala sigwaziwe kwase kulinyazwa imoto abebehamba ngayo, kubika iNewswatch.

Okhulumela ebezimo eziphuthumayo, uRobert Daniels uthe: “Bagwaze isisebenzi sesifazane ngebhodlela. Esinye isisebenzi sisatshiswe ngommese, ngenhlanhla sangalinyazwa,” esho.

Uthe lezi zigilamkhuba zibe sezilimaza ne-ambulensi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.