Usesimeni esikahle unogada olimale kuqhunyiswe i-ATM ePitoli

2016-07-12 11:32

Johannesburg - Kuqhunyiswe i-ATM ekuseni ngovivi namuhla enxanxathela yezitolo iCornville Hill e-Elardrus Park ePitoli.

Abosizo lokuqala bathi kudutshulwe kwalinyazwa unogada.

OLUNYE UDABA: Kushone umsolwa oyedwa kuqhunyiswa i-ATM

Imbiko evela esigamekweni ithi izigebengu ebezihlomile zibaleke nesamba semali engadaluliwe.

INetcare911 ithi unogada uxilongwe endaweni yesigameko ngaphambi kokuphuthunyiswa esibhedlela.

Lo nogada kukholakala ukuthi usesimeni esikahle esibhedlela ePitoli.

Abekho abanye abantu abalimalile kulesi sigameko.

Amaphoyisa ayaphenya. kubika i-eNCA.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.