Usesimweni esibucayi owadutshulwa isigebengu epulazini lakhe

2016-08-11 10:00

Johannesburg - Owesilisa,49, usesimweni esibucayi ngemuva kokudutshulwa ekhanda isigebengu sizophanga epulazini lakhe, kubika iKgrugersdorp News.

UGerhard le Roux wadutshulwa kabili umsolwa ongaziwa epulazini lakhe elisePinehaven phakathi kwamabili ngoMgqibelo.

Amaphoyisa afike epulazini lakhe abona kuphuke iwindi lasekamelweni likaGerhard nokuyilapho okukholakala ukuthi sangena khona lesi sigebengu.

OLUNYE UDABA:Kubanjwe isela lizama ukweba uphethiloli epulazini

“UGerhard wayeyedwa ekhaya, okwamanje akukacaci ukuthi yini eyebiwe ngoba Sithole umuzi wakhe umapeketwane,”kusho uWarrant Officer Solomo Sibiya.

Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola isisulu silimele kabi ekhanda bamxilonga ngaphambi kokumphuthumisa esibhedlela iMilpark.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.