Usesimweni esibucayi owesilisa otholakale enamanxeba okugwazwa

2016-07-18 20:31

Benoni - Owesilisa oneminyaka  engu-46 ubudala uphuthunyiswe esibhedlela ugwazwe amanxeba angaphezu kwayisithupha, kubika iBenoni City Times.

Lesi sigameko senzeka ekhoneni lika-Elston Avenue noPark Street, eBenoni.

OLUNYE UDABA:Isibhudubhudu owesilisa ezama ukugwaza ufakazi enkantolo

Okhulumale abosizo oluphuthumayo i-ER24 uKelly Burchell uthe abosizo oluphuthumayo bafike endaweni yesigameko ekuseni bathola lo wesilisa egwaziwe.

“Sifike sathola owesilisa onamanxeba acishe alinganiselwe kwayisishiyagalombili okugwazwa emhlani,” kusho uBurchell.

Lo mlisa usesimweni esibucayi esibhedlela iGlynnwood Hospital. Okhulumela amaphoyisa uConst Zunickha Essakjee ukuqinisekisile lokhu wathi uphenyo luyaqhubeka.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.