Usesimweni esibucayi umfana, 6 ophume emotweni ihamba, yamnyathela

2017-09-10 13:33

Johannesburg - Usesimweni esibucayi umfana oneminyaka eyisithupha ubudala olimale edlala emotweni.

Lo mfana obehleli emotweni ebipakile edlala kukholakala ukuthi wehlise i-hand brake imoto yaqala ukuhamba.

uphume le moto isahamba kanti uzowa nokuyilapho imgibele khona walimala kabi.

OLUNYE UDABA:Ona-14 ungomunye wabashonile eFree State

Okhulumela abe-Netcare911 uNick Dollman uthe lokhu kwenzeke ngoMgqibelo ebusuku, kanti le ngani ibisesimweni esibucayi kakhulu.

"Kudingeke ukuba kufike indiza enophephela emhlani ngoba ubelimele kakhulu edinga usizo olukhethekile," kusho yena.

Uthe lomfana ufakwe egunjini labagula kakhulu esibhedlela esiseGoli.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.