Usesimweni esibucayi umshayeli weloli odutshulwe ngaseMooi River

2017-08-22 14:03

Durban - NgoMsombuluko ntambama abezimo eziphuthumayo babizelwe ku-N3 ngaseMooi Toll Plaza ngemuva kwesigameko sokudubula.

Kulokhu, abeNetcare 911 nabanye bezimo eziphuthumayo bafike bathola umshayeli weloli esesimweni esibucayi ngemuva kokudutshulwa.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abayisithupha ibhasi lishayisa iloli elimile

Imibiko ehlanganiswe kule ndawo itshengisa ukuthi leli loli lime eceleni komgwaqo ngemuva kwesehlakalo lapho kubonakale khona ukuthi umshayeli udutshuliwe.

Imbangela yokuhlaselwa kwakhe ibingakacaci kahle kodwa amaphoyisa asaphenya ngalesi sigameko njengoba umsizi kamshayeli yena esindile futhi akazange alimale.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.