Usesimweni esibucayo owesilisa oshayiswe yisitimela ngaseBallito

2018-03-25 12:34

eThekiwni - NgoMgqibelo ntambama abazimo eziphuthumayo babizelwe ngaseShakakraal lapho owesilisa eshayiswe khona yisitimela.

Lesi sigameko silandela esangezinsuku ezimbalwa ezedlule lapho kushone khona owesilisa eshayiswa yisitimela eShaka's Head.

Okhulumela abae-IPSS Medical Rescue uPaul Herbst uthi isitimela sishayise lo mlisa lamlahla endaweni engamamitha angu-20 ngalo kojantshi.

OLUNYE UDABA:Kushone abantu abangu-16 isitimela sishayisa ibhasi elifele kujantshi

"Abezimo eziphuthumayo bafike endaweni yesigameko bazama ukukhipha lo mlisa kuleli hlathi awele kulo kanti lokhu kuthathe isikhathi njengoba bekudingeka usizo olukhethekile."

UHerbst uthi lo mlisa usesimweni esibucayi kakhulu njengoba enqamuke ingalo, kubika iNewswatch.

Uqhubeke wathi sezintantu izigameko ababizelwe kuzo kule ndawo kuleli sonto lapho kunabantu abashayiswe khona yizitimela.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.