Usesitokisini osolwa ngokubulala iphoyisa

2018-05-03 12:30

eKapa -  Owesilisa osolwa ngokubulala iphoyisa eKhayelitsha uzogqunywa esitokisini aze avele enkantolo futhi ngomhlaka-7 kwephezulu, kusho oKlebe ngoLwesithathu.

UKaputeni Philani Nkwalase uthi uLwandile Wiseman Somdaka, 32, uvele eNkantolo kaMantshi eKhayelitsha ngomhlaka-30 Ephreli 2018 lapho lifike lahlehliswa khona icala lakhe.

USomdaka waboshwa phakathi kwamabili ngomhlaka-26 Ephreli ekhaya kubo e-Ilitha Park, eKhayelitsha, kusho uNkwalase ngesitatimende.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe oyedwa ngelokubulala umphathi wesitolo eKapa

"Ukuboshwa kwakhe kulandela uphenyo lophiko loKlebe oluphenya ngamacala odlame emphakathini kanye nezibhamu ezingekho emthethweni, bebambisene nabaseshi baseKhayelisha kanye nabeVispol (SAPS visible policing)," kusho yena.

Akucaci kahle ukuthi ladutshulwa nini futhi kwenzenjani leli phoyisa elibulewe njengoba uNkwalase engakwazanga ukuphawula ngalokhu.

Unxuse umphakathi ukube usondele ngaphambili ngolwazi olungaba wusizo kuboshwe abanye abantu ngokuxhumana nomseshi ophenyayo ku-082 302 7114.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.