Usesitokisini usaziwayo ngezinsolo zokugwaza umakhelwane

2017-06-25 15:21

Johannesburg - Umethuli wezinhlelo kumabonakude nasemsakazweni, uBujy Bikwa, uzipholisa amanxeba ngemuva kwngxabano, okusolwa ukuthi ugwaze umakhelwane ngommese.

Abantu ababili basesimeni esibucayi esibhedlela. UBikwa, ongesinye sezitabane zodumo esingumethuli wohlelo iCula Sibone kuMzansi Magic, uboshwe nomfowabo omncane uMpumelelo, obandakanyeke kule mpi.

OLUNYE UDABA: Izithombe nohlu oluphelele lwabawine kuma-BET Awards

Izolo ntambama, umndeni kaBikwa ubuzama ukuhlanganisa imali yokukhokhela ummeli walo methuli wezinhlelo uma esevela enkantolo yemantshi yaseLenesia eyofaka isicelo sebheyili (kusasa) ngoMsombuluko.

Umakhelwane walo methuli wezinhlelo, owaziwa ngoKhumalo nomkhwenyana kusolwa ukuthi baphuthunyiswe esibhedlea iSebokeng besesimeni esibucayi.

Imithombo iqinisekise ukuthi uBujy noMpumelelo baboshwe ngoLwesihlanu ebusuku.

 - Thola udaba oluphelele kwiSunday Sun

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.