Usethathe umhlalaphansi ebholeni owayedlalela i-Orlando Pirates

2016-05-20 12:32

Johannesburg – Lowo owayedlala esiswini ku-Orlando Pirates, uSepeke Manamela, usejoyine uSiyabonga Sangweni wathatha umhlalaphansi ebholeni lezinyawo.

Lo mdlali, 33, ubelokhu exhumana nodokotela kule minyaka emithathu eyedlule ngethemba lokushaya ibuya ebholeni likanobhutshuzwayo.

Nokho, uManamela, ongumfowabo kaSekela Ngqongqoshe eHhovisi likaMengameli uBhuti Manamela, usenqume ukuthi khumu ebholeni abhekane nebhizinisi lakhe lokwakha.

OLUNYE UDABA: Angase awabeke phansi amakhokho owePirates olimele

"Bekunzima kakhulu, ngizame konke kepha ngangasithola isixazululo. Bekungekho engingakwenza ngaphoqeleka ukuthi ngibeke amakhokho ethala,” kusho uManamela etshela iKickOff.com.

"Ngidlale ibhola isikhathi eside, kanti bekumnandi. Ngenxa yokulimala ngiphoqelekile ukuthi ngisheshe ngishiye.

“Ngibe nezikhathi esimnandi kakhulu, ikakhulukazi kuPirates lapho ngahlala khona iminyaka emine. Angizange ngilithole kakhulu ijezi, kepha usihlalo wayenethemba kimi,” esho.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.