Usethathe umhlalaphansi ebholeni umdlali wePirates

2016-04-07 11:34

Johannesburg – Usihlalo we-Orlando Pirates u-Irvin Khoza usememezele ukuthi uSiyabonga Sangweni usebeka amakhokho ethala.

Lo mdlali osemnkantshubomvu ebholeni, owake waqala imidlalo engu-29 yeBafana Bafana, ubelokhu ehlaselwe ukulimala, kubika iKickOff.com.

USangweni uphuthwe yimidlalo eyisithupha yeligi yamaBhakabhaka kule sizini, kulandela ukuba ngumdlali onohlonze kulezi zinkunzi zaseSoweto kusukela ajoyina iqembu ephuma kuGolden Arrows ngesizini ka-2011/12.

OLUNYE UDABA: Usinde ekufeni uSiyabonga Sangweni

USangweni, 34, udlale umdlalo wakhe wokugcina neqembu ngoNovemba ezakhe zidlala ne-Etoile du Sahel kowe-CAF Confederation Cup, eTunisia.

"Namhlanje, ngibize lesi sithangami sabezindaba ngoba ngifuna ukumemezela ukuthi uSiyabonga Sangweni usethatha umhlalaphansi,” kusho uKhoza.

“USiyabonga ulokhu ehlaselwe ukulimala kanti uthe uma ethinta odokotela bamtshela ukuthi kumele abheke amakhokho ethala ngaphambi kwesikhathi.

“Ngimfisela okuhle kodwa futhi ngithanda ukumbonga ngobuholi abutshengisile.”

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.