Usetholiwe owesifazane owalaxaza ingane esibhedlela

2016-05-17 13:30

Cape Town - Amaphoyisa asemtholile owesifazane oneminyaka engu-35 ubudala osolwa ngokulaxaza ingane yomfana eneminyaka emibili ubudala emasangweni esibhedlela.

Amaphoyisa kulindeleke ukuba aqinisekise ukuthi lo wesifazane ungumama wengane noma ngabe uzothweswa icala yini.

Lo wesifazane utholwe ngempelasonto ngemuva kophenyo olunzulu selokhu lo mfana atholwa ngoMgqbelo odlule.

OLUNYE UDABA: Umama ubulale indodana eyikhipha amadimoni

Amaphoyisa athi umsolwa washiya ingane emasangweni esibhedlela iTygerberg ngomhlaka-7 Meyi.

Lo wesifazane watshela onogada ukuthi ingane uyithole zula zula endaweni yokupaka izimoto.

Le ngane ibingakwazi ukukhuluma ngisho olulodwa ulimi lwakuleli ukuze iziphathimandla zizokwazi ukuthola abazali noma izihlobo zayo.

Okhulumela amaphoyisa uConstable Noloyiso uthe uma lo wesifazane engumama wale ngane, uzophenywa.

"Akukaboshwa muntu okwamanje kulesi sigaba sophenyo.

Onolwazi ngodaba uyacelwa ukuba athinte umseshi uWarrant Officer Petersen ku- 021 592 7092 noma athinte abakwa-Crime Stop ku-08600 10111.

 - Daily Voice

 

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter



Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.