Usevelile owesifazane osolwa ngokushushumbisa umuntu eKZN

2016-07-05 14:34

Durban - Uvelile eNkantolo yeMantshi yaseBombo owesifazane oneminyaka engu-28 ubudala osolwa ngecala lokushushumbisa umuntu endaweni yaseManguze.

Amalungu ophiko lweFamily Violence, Childe Portection and Sexual Offences eMpangeni ayeqhuba umsebenzi endweni yaseManguzi efuna uManeliswa Ntombela owaduka ngomhlaka-28 Juni 2016.

OLUNYE UDABA:Kuthiwa ayinyama ama-albino eMalawi

Ngesikhathi ephenya icala alandela umkhondo mayelana nowesifazane osolwa ngokuba sezinhlelweni zokudayisa ingane ephila nebala elimhlophe endaweni ngemali engu-R100 000, edayisela ilungu lomphakathi elaziwayo elingumelaphi wendabuko eManguzi.

UManeliswa Ntombela namanje ubengakatholakali kanti umphakathi uyacelwa ukuba ulekeleke ngokuqhubeka unikezele amaphoyisa imininingwane ngale ngane edukile.

Ngokwesitatimenede samaphopyisa amalungu eMpangeni FCS asaqhubeka nokuphenya icala.

Icala lihlehliselwe umhlaka12 Julayi 2016 ukuze ezofaka isicelo sebheyili lo wesifazane.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.