Useyashiya obesakaza ohlelweni lwasekuseni

2018-02-28 16:01

Johannesburg - Umsakazi umemezele ukuthi uzosishiya isiteshi somsakazo, abesehlale kusona izinyanga ezingu-8 esakaza uhlelo lwasekuseni.

UTumi Morake umemezele ngoLwesithathu ukuthi uyawushiya umsakazo waseGoli iJacaranda FM.

Esitatimendeni esikhishwe umsakazo kwi-website yawo, uMorake uthe: "Umsebenzi wami usuthatha elinye ijika manje, ngeshwa umsakazo, ngenxa yesikhathi osidingayo awusekho sezinhlelweni zami. Ngibe nesikhathi esihle futhi ngifunde okuningi, yebo nangezikhathi ezingezinhle.”

Uphinde wathi ufuna ukugxila ekubeni ngusomahlaya, achithe isikhathi esiningi nomndeni wakhe aphinde enze nokunye.

OLUNYE UDABA: Uthi ufuna ukubuyela esikoleni u-DJ

UTumi uthi lesi sinqumo sakhe akubanga ngesilula neze.

"Akubanga yisinqumo esilula ukuba ngisithathe. Lokhu kufana nokushiya umuntu othandana naye usamthanda." 

UMorake uzogcina emsebenzini ngomhlaka-9 Mashi, kanti uMartin Bester, uLiesl Laurie no-Elma Smit yibona abazoqhubeka nohlelo lwasekuseni. 

 - IOL

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/World
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.