Useyaziwa odubule wabulala amaphoyisa amahlanu eDallas

2016-07-08 20:32

Washington - Ushayasibhamu odubule wabulala amaphoyisa amahlanu eDallas useveziwe.

Ngokwemibiko ye-CBS News lo mlisa igama lakhe uMicah Xavier Johnson kanti kuthiwa uthe wayeyisotsha lombuso.

Lesi sigameko sokudutshulwa kwamaphoyisa silandela esokubulawa kwabesilisa ababili abamnyama ngamaphoyisa akule ndawo.

UHillary Clinton noDonald Trump abakhankasela isikhundla sokuba umengameli wezwe bahlehlise imikhankaso yabo yangoLwesihlanu.

UClinton uthi wenze lokhu ngoba efuna ukubonisa ukuzwelana namaphoyisa adutshulwe enza umsebenzi wawo omuhle wokuvikela bababhikishi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.