Useyedwa umsolwa kwelokubulawa kwephoyisa eKapa

2016-07-04 19:03

Cape Town - Ahoxisiwe amacala abebhekene nenye yamadoda asolwa ngokubulala iphoyisa ebelisebenzela eGrassy Park.

Lokhu kuchaze ukuthi uMhlangabezi Mqulo sekunguye kuphela osesolwa ngecala lokubulala umseshi uLindekile Sikade ePhilippi East ngo-Ephreli.

OLUNYE UDABA: Kubulawe iphoyisa ngakwaDukuza

Ngoaphambilini kwaboshwa amadoda amathathu ngenyanga ephelile.

Unkosikazi waleli phoyisa ukhihle isililo sikanNandi enkantolo namuhla waze wakhishelwa ngaphandle, kubika i-EWN.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.