Useyekile ukuziqeqesha neChiefs umgadli obezohlolwa

2017-08-24 12:30

Cape Town – Kubukeka sengathi iKaizer Chiefs isazoqhubeka nokuthungatha umgadli ngemuva kokuthi kuye kwaqinisekiswa ukuthi umgadli waseNigeria, u-Okiki Afolabi, useyekile ukuziqeqesha neChiefs.

Lo mdlali ubezohlolwa njengoba umqeqeshi, uSteve Komphela, ethungatha umdlali ozolekelela abadlali abafana noBernard Parker, uGustavo Paez kanye noRyan Moon.

Kodwa-ke lo mdlali oneminyaka engu-22 ubudala uyekile ukuziqeqesha eNaturena, nokubukeka kuyizimpawu zokuthi le kilabhu ayinandaba nokuthi imsayinele isizini ka-2017/18.

OLUNYE UDABA:Isithenjwa seChiefs singeniswe esibhedlela ngenxa yokuxinwa yisifuba

AmaGlamour Boys asebe nenqwaba yabadlali abebezozama inhlanhla abebefika baphinde bahambe ezinyangeni ezimbalwa ezedlule nalapho abadlali abafana noJonatan Philippewase-Argentina kanye noDarren Lurie, waseNingizimu Afrika, behlulekile ukuba yingxenye yaleli qembu.

Manje u-Afolabi usejoyine uhlu lwabagadli okubukeka sengathi bahluleke bancama ukuchaza iziphathimandla zaseNaturena.

Lezi zinkunzi zaseSoweto azizange zibe matasa kangakho emakethe njengoba zisayine abadlali abane nje kuphela, okubalwa kubona uTeenage Hadebe, uBhongolethu Jayiya, uPhilani Zulu kanye noDumisani Zuma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.