Usezilolonga nePirates uMabokgwane

2016-07-11 19:02

Johannesburg – Unozinti uJackson Mabokgwane usephenye ikhasi elisha empilweni yakhe njengoba esezilolonga nezikaMuhsin Etugral, i-Orlando Pirates.

IKickOff.com yake yabika emasontweni ambalwa edlule ukuthi iPirates igaqele lo nozinti weBafana Bafana.

UMabokgwane, 28, okuthiwa usayine inkontileka yeminyaka emithathu neziMnyama, ubonakale ezilolonga neqembu ngoMsombuluko ekuseni.

OLUNYE UDABA: UMabokgwane uthi ujabule ngokuhola iBafana

Lo mdlali ongomunye wabadlali abanqaba ukuya eKapa ngesikhathi iMpumalanga Black Aces, osekuyiCape Town City manje, ithengwa nguJohn Comitis.

“Impela uMabokgwane ubezilolonga nePirates ekuseni,” kusho umthombo.

UMabokgwane uke wadlala ngaphansi kuka-Ertugral njengoba ebeqeqesha i-Aces ngesizini eyedlule.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.