Usezitholele isithandwa esisha uMotaung Jnr - Umbiko

2016-07-20 08:32

Johannesburg - Owayengumdlali weKaizer Chiefs uKaizer Motaung Jnr kuthiwa usezitholele isinqandamathe esisha, esingusaziwayo kumabonakude.

ISunday Sun ithi ibone uKaizer Jnr noMbali Nkosi beqabulana eHyde Park ngesonto eledlule.

Umthombo uthi sekuphele izinyanga ezine uMbali noKaizer bendawonye.

Empeleni kuthiwa baqala ukubandawonye kusukela ngesikhathi uKaizer enezinkinga emshadweni wakhe.

Funda nalolu daba: OwoKhozi uzoqhubeka nokulushayela yedwa uhlelo

“Laba abanamahloni. Bebelokhu bekotelana kuhle okwezingane ezincane,” kusho umthombo.

Ngokusho komngani osondelene nalaba, kade baqala ukubandawonye.

Umthombo uqhube wathi laba banjengabangani, baxoxa ngazo zonke izinto.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).




NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.