Usezitholele uthando olusha oweDowns

2016-05-23 10:07

Johannesburg - Umdlali weMamelodi Sundowns obolekwe yiGolden Arrows njengamanje uKudakwashe "Kuda" Mahachi, 22, usezitholele uthando olusha kwisiphalaphala sentombi yaseGoli uLizzy Mashudu, 19.

Lokhu kulandela ngemuva kokulaxazwa ngunkosikazi wakhe uMaritha Ndlovu ngezinsolo zokujola ngonyaka ophelile.

ULizzy ofundisa i-History ufake isithombe enkundleni zokuxhumana egqoke ijezi leGolden Arrowa siphelezelwa wumbhali ofundeka kanje: "Yebo ngithandana noKudakwashe Mahachi.

OLUNYE UDABA: 'Owayengoka 'Yeye' usezitholele uthando olusha'

"Ulizzy usezisusile izithombe ku-Facebook naku-Instagram kodwa uKuda umthanda ngempela," kusho umthombo.

Omunye umthombo uthe: "Owayengunkosikazi kaKuda uMaritha usamfuna. "Angicabangi ukuthi uKuda usangabuyelana noMaritha ngoba uLizzy ukhulile kunaye."

ULizzy uthe: "Sesithandane kusukela ngonyaka ophelile. Kunezimpawu ezikhombisa ukuthi ufuna ukubeka lobu budlelwane kwelinye izinga.

UKuda uthe: "Njalo uma ningishayela ucingo nisuke ninokuthile enifuna ukukusho. Ngaphambilini naningibuza ngoDipuo Maloi manje ningibuza ngoLizzy. Hayi ngeke. Ngicela ukuthula bandla."

Ngesonto eledlule iSunday Sun yabika ukuthi uKuda waxabana nomdlali we-Orlando Pirates uTendai Ndoro mayelana nomama wengane ka-Andile Jali uDipuo Moloi.

UDipuo akathaolakalanga ephawula njengoba kuzwakale ukuthi usephindele eZimbabwe.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.