Usezitholele uthando olusha uMzambiya

2016-05-15 14:01

Johannesburg - Usezitholele uthando olusha owayeyisihlabani esakhula uMzambiya ogamalakhe lokuzalwa nguNkosinathi Zwane.

UMzambiya usethandana nesimomondiya saseChesterville eThekwini uNomfundo "Nono" Biyela.

Imithombo esondelene nalezi zithandani ithe uNomfundo usehlala eGoli.

UMzambiya ubethandana nomama wengane yakhe uKefiloe abahlukana naye ngo-2014.

OLUNYE UDABA:  Usethole uthando olusha usaziwayo owahlukana nomrepha

UMzambiya nesithandwa sakhe esisha bahlezi bebonakala besabalalisa izithombe zabo ezinkundleni zokuxhumana bebizana ng-oMy Everything nona ngo-MyPillar of Strength.

"Bajabulile bobabili. Bahlangana ngo-2015 kanti selokhu bahlale besizana ngamacebo ebhizinisi.

"UNomfundo ukhaliphile kanti bahlale bebobakala benza izinto ndawonye sengathi bashadile. Ubani owaziyo, mhlawumbe kuzoqala izingxoxo zamalobolo maduze," kusho umthombo.

Ngesikhathi iphephandba lithinta uNomfundo ngodaba uthe: "Ubanui okutshele ukuthi siyajola? Niyinkinga kodwa. Yebo siyathandana kodwa bengilindele ukubona ubnudlelwane bethu ezindabeni ngokushesha okungaka.

"Anginawo amahloni ngathi naye futhi ngoklunjalo akanawo amahloni ngathi."

UMzambiya uthe: "Siyazwana kakhulu futhi sisebenza ndawonye enkampanini yami. Angikaze ngidalule impilo yami yangasese nabezindaba."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.